Loading...

#Senzo #Thami #LeadingTheWayAllOverKZN

Radio Training Adventures 2018

24 views

Loading...

Loading...

Transcript

The interactive transcript could not be loaded.

Loading...

Rating is available when the video has been rented.
This feature is not available right now. Please try again later.
Published on Jun 25, 2018

Radio Practical Training 04 JULY | 09am
#Senzo: ey yaz nginekhono lokusakaza mnganami. Sengzamile kweminye eyemisakazo ukuzovolontiya kodwa ay angiphumeleli. NamaAudition ngiyawafeyila ngishaywa uvalo naloliya xhakaxhaka lwezinto lapha ay kuvele kucace kimi ukuthi ngeke ngilunge, manje ke sengicabanga ukuthi ngiyothola ulwazi ngayoyonke into ngithole nokuqeqeshwa ukuze ngingasahluleki.
#Thami: awu kahle wena!!! Mmmmm bakhona abawenzisayo. Kukhona awo5days angazike noma bafundisa yonke into. Ngoba kukhona nalawa aseEantouch Radio awu 3Months. Lawo anoqeqesho oluningi, bekunike ithuba elingango 2Months lokuba semoyeni usakaza. Mina nje, ngiyokwenza leli lika3months.
#Senzo: Haw kahle wena!!!🙆 nami ngifuna leli lika 3 Months. Im sure bazongenzisa yonke into.
#Thami: njengoba ngisho nje. Cabanga lishibhile kanjani? UR450 owukhokhayo for i-registration owukhokha kuqala ungakashaya umhlaka 02 July 2018, bese ukhokha uR550 izinyanga ezintathu ukukhokhela izifundo. Leyo uyikhokha uma usuqala ukufunda. Uyabona nje sibuTep Tep ngempela.
#Senzo: Ebanahhhh!!! Nkosiyami, manje ngoba ngiyasebenza nje mina phakathi nezinsuku coz ngyacabanga bayenzisa phakathi nezinsuku.
#Thami: khululeka wena hhawu! U khokha iRegistration before umhlaka 2 bese uyikhokha mhla usuqala ukufunda. Uma ufuna ukungena phakathi neviki, bayakwenzela noma ngamaweeks okanye uma ufuna ukungena late. Lamaclass angena ngo9-1pm emini bese kuba iClass elingena ngo3-7pm Ntambama bese nangamaweekends kubekhona elizongena ngo9-3pm kuphela.
#Senzo: Ay ngiyakhona mnganam ngeke!!! ngaze ngajabula yaz...mf2 ngiyokhokha manje. Athini ama- numbers abo? Namabanks abo or ukhokha kubo?
#Thami: uyakwazi ukukhokha kubo noma ukhokhe ebank.
Iaddress yabo ithi. 54 Moodie Street (Opp KFC by Home Affairs) 1st Floor, Shop No.17 Moodie Blue Centre. Pinetown 3610.
Amanumber abo athi 0713332592 noma 0740737565. Noma ubasendele iEmail: eantouchradio@gmail.com.
Amabanking details uzowathola kulePamflet noma ubawhatsapp or call ezinumbeni zabo.
Mina sengyakhona nje by Monday.
#Senzo: ay sengyakhona ngiyabonga mnganam, ezethu sesoyxoxa sesbuya khona.
#Thami: kulungile ayficane khona.
Eantouch Radio - We Play, You Make A Move
www.eantouch.co.za
#LeadingTheWayAllOverKZN

Loading...

When autoplay is enabled, a suggested video will automatically play next.

Up next


to add this to Watch Later

Add to

Loading playlists...