Alert icon
We're changing our privacy policy. This stuff matters.  Learn more  Dismiss

Chris Tomlin( Come Thou Long Expected Jesus-uJesu Kristu ) 1080 H.D FULL.mp4

Loading...

Sign in or sign up now!
Alert icon
Upgrade to the latest Flash Player for improved playback performance. Upgrade now or more info.
13,239
Loading...
Alert icon
Sign in or sign up now!
Alert icon

Uploaded by on May 1, 2010

Kusho ukuthini ukwamukela uJesu abe nguMsindisi wakho
Usumamukele uJesu Kristu njengoMsindisi wakho? Ngaphambi kokuba uphendule lombuzo, ngivumele ukuba ngiwuchaze kahle. Ukuze lombuzo uwuqondisise kahle ufanele ukuqondisisa kahle uJesu Kristu, owakho noMsindisi.

Ungubani UJesu Kristu? Abaningi bamukela uJesu Kristu njengendoda elungile, uququdu lukathishela, noma njengomprofethi kaNkulunkulu. Zonke lezinto zingamaqiniso ngoJesu, kodwa azichazisisi kahle ukuthi ungubani. IBhayibheli isitshela ukuthi uJesu unguNkulunkulu enyameni, uNkulunkulu waba ngumuntu (NgokukaJohane 1:1, 14). UNkulunkul;u weza emhlabeni ukusifundisa, ukusiphilisa, ukusiqondisa, ukusithethelela, nokusifela! UJesu Kristu unguNkulunkulu, uMdali, Inkosi eNgophezukonke. Usumamukele loJesu lo?

Uyini uMsindisi futhi yini sidinge uMsindisi? IBhayibheli isitshela ukuthi sonke sonile, sonke senze izinto ezimbi (KwabaseRoma 3:10-18). Ngenxa yezono zethu, sifanelwe ulaka lukaNkulunkulu nokwehlulelwa. Isijeziso esifanele thina ngenxa yezono esizenze kuNkulunkulu waphakade ukujeziswa kwaphakade okunganqamukiyo (KwabaseRoma 6 :23 ; Isambulo 20 :11-15). Yileso sizathu ke esenza ukuba sidinge uMsindisi!

UJesu Kristu, weza emhlabeni wafa endaweni yethu. Ukufa kukaJesu, enguNkulunkulu enyameni waba yinhlawulo yaphakade yezono zethu (II KwabaseKorinte 5:21). UJesu wafa ukubhadala inhlawulo yezono zethu (KwabaseRoma 5:8). UJesu wakhokha inkokhelo ukuze thina singakhokhi lutho. Ukuvuka kukaJesu kwabafileyo kwabonisa ukuthi ukufa Kwakhe kwanele ukuba kube yinkhokhelo yezono zethu. Yingalokho uJesu enguMsindisi yena yedwa. (NgokukaJohane 14:6; Izenzo 4:12)! Ingabe wethembele kuJesu Kristu njengoMsindisi wakho na?

Ingabe uJesu unguMsindisi wakho na? Abantu abaningi bathatha ubuKristu njengokuya esontweni, noma ukugcina okufanele kwenziwe, noma ukungenzi izono ezithile. Akusibo ubuKristu lobo. UbuKristu obuyibo ukuba nobudlelwane noJesu Kristu. Ukwamukela uJesu Kristu ngengoMsindisi wakho kusho ukubeka ukukholwa kwakho nethemba lakho Kuye. Akukho osindiswa ngokukholwa kwabanye. Akekho othethelelwa ngenxa yokuthi wenze okuthile. Indlela eyiyona yokusindiswa ukuthi wena wemukele uJesu njengoMsindisi wakho, wethembe ukuthi ukufa Kwakhe kwaba yinkhokhelo yezono zakho, nokuvuka Kwakhe okuqinisekisa ukuphila kwakho okuphakade (NgokukaJohane 3:16). Ingabe uJesu unguMsindisi wakho yini?

Uma ufuna ukwemukela uJesu Kristu njengoMsindisi wakho, shano lomthandazo olandelayo kuNkulunkulu: Khumbula ukuthi ukusho lamagama noma amanye afana nawo angeke kukusindise esonweni. Ukwethembela kuJesu Kristu ngokuphelele okungakukhulula esonweni. Lomthandazo yindlela nje elula yokuthululela kuNkulunkulu ukukholwa kwakho nokumbonga ngokukupha insindiso. Thandaza ke uthi:"Nkulunkulu, ngiyazi ukuthi ngonile kuwe futhi ngimelwe ukujeziswa. Kodwa uJesu Kristu wathwala isijeziso sami ukuze ngokukholwa kuye ngithethelelwe. Ngiyashiya manje isono sami kodwa ngibeka ithemba lami kuwe ukuze ngithole insindiso. Ngiyabonga ngomusa wakho omangalisayo nokuthethelela okuyisipho saphakade naphakade! Amen!
http://www.gotquestions.org/IsiZulu.
Ingabe wenze isinqumo sokwamukela uKristu emva kokufunda lokhu okubhalwe lapha? Uma kunjalo, qhafaza inkinobho ethi Ngemukele uKristu namuhla lapha ngaphansi.




--------------------------------------------------------------------------------

Link to this comment:

Share to:
see all

All Comments (3)

Sign In or Sign Up now to post a comment!
  • thank you for posting!

  • beautiful!!!

Loading...

Alert icon
0 / 00Unsaved Playlist Return to active list
    1. Your queue is empty. Add videos to your queue using this button:
      or sign in to load a different list.
    Loading...Loading...Saving...
    • Clear all videos from this list
    • Learn more