Oswenka yinhlangano yadlali balo mdlalo wamagcokama ezinsizwa. Bahlangana njalo badlalele isiteki semali noma impahla ezothathwa yilowo obashayile. Ijaji lithathwa khona kulabo abazobuka futhi kuyaqikelelwa ukuthi ijaji alazani namuntu kulabo abancintisanayo.
Link to this comment:
All Comments (0)